Ngifisa ukuthola abantu abathanda u Sbo Da Poet nabathanda mina - TopicsExpress



          

Ngifisa ukuthola abantu abathanda u Sbo Da Poet nabathanda mina nje as u Sbo Mbutho, ngfisa ukuthola laba abangithanda noma ngingakayisho inkondlo, ngisho laba abavele bamamatheke besangibona nje ngingakasho lutho. As Im about to start recording my album, ngifisa ukubathola bonke ke labo babe khona mhla ngi recorda, bangibone ngibhala, ngixikiza, ngiqalaphansi, ngihleka ngedwa, ngidinwa, ngifonela abantu ngenza I research, and all the craziness engiyenzayo ukuze kuphume inkondlo emnandi. Ngifisa uku recorda phamb kwabantu abathanda u Sbo Da Poet, bazihlalele phansi bangibuke. Nami ngzokwenza engathi angibaboni lol. Ngzolanda nombhede wam ube khona ngoba ezinye izinkondlo ngizibhala ngilele ngesisu embheden njenga le ethi Isthombe Somshado
Posted on: Mon, 08 Sep 2014 19:06:13 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015