Ngiyabathanda labafundi abangashintshwa impilo yase - TopicsExpress



          

Ngiyabathanda labafundi abangashintshwa impilo yase Varsity. Iningi liyaye lithi mase lise mfundwen ephuzulu lilahlekelwe inhlonipho..liqale libe namahloni ngabazali babo ngoba besebenza emakhishin,bengomapendane,besebenza emagaqwen angith phela basuke sebe yibangan nezingane zoDokotela naba Mmele nabo Minister. Lalela ke wesdwedwe sengane ezbona ukuth usiyaz kakhul ngoba seyise Varsity ulapho nje kungenxa yabazali bakho ngayo leyo mali yasemakhishin neyokupenda neyasemgaqwen neyokwakha izindlu zinza zeOrintshi hlonipha abazali ngane yakwethu ungath ngoba sewuhlala emaFlattin nase Res nidla ama Take awayz aqhamuka ko-Sphiwe no-Joseph nabo Brandon bese uthi mase ufike kini emakhaya lapho usuka khona bese uth wena awkudli ukudla okungenanyama webhatata madumbe!! Impilo le ungalinge uchomele ama China ngo Karate...bahloniphe nje abazali bakho uze ufe ungalinge ube namahloni ngabo. #Ngyema_lapho (y)
Posted on: Mon, 28 Jul 2014 18:10:32 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015