*Ngiyakubingelela njalo mntakababa uJehova muhle - TopicsExpress



          

*Ngiyakubingelela njalo mntakababa uJehova muhle ekuseni.. Ake ngiqale ngokuthi mina,,,,,Ayikho irelationship engela zinkinga futhi uze usho ngenhliziyo uthi akube bayazi !!. If unenkinga kurelationship yakho,,,(Changing Partners Is Like Changing Troubles) If uma unenkinga ekhaya kini akusuwe wedwa olaleyonkinga,,Mamela mntakababa awukho umuzi ongela ntuthu yakhona. Makungenzeka ukuthi une-Problem emsebenzini yazi lokho,,,,,,Yonke imisebenzi abantu abasebenza kuyo ine-stress nescefe sakhona Ungacabangi ukuthi uma unenkinga nguwena wedwa olayo. La emhlabeni sifana nabantu ababhala iphepha le-exam.If uhlushwa ngumbuzo uyaye uqalaze abanye ubabone bebheke phansi bebhala kanti lutho!!,,,,, khululeka nabo babona wena sengathi uyabhala. Ma usibona sigqoke izingubo yingoba sifihle ubungqunu bethu. Akukho muntu la emhlabeni ongena bunqunu bakhe,,sonke sinezinto okufanele sizimbathise ,,,sizimboze ukuze abantu bengaziboni. Kuma relationship esikuwo silama problems esihlangabezana nawo. Sengiphetha ngizothimina uthando esikulo alungabi yiTitanic but alube ngumkhumbi ka Nowa. Kayi !! Aningizwa,,,,,,,,,Amanzi angena kwi-Titanic loba yayakhiwe ngabantu abafundileyo futhi abanre-skill. Singake silinge sikhohlwe ukuthi wonalawomanzi acwilisa iTitanic ahluleka ukucwilisa umkhumbi kaNowa noma imali yayingekho ne-skill singekho kodwa amanzi ahlehla. Amanzi awangenanga emkhunjini ka-Nowa ngoba afica kukhona #uJehova AHLEHLA. La empilweni kunenkinga ezingadingi imfundo futhi ezingadingi imali,,,,Lezonkinga zisishaya left and right.Zisishaya loba sibahle kangakanani,,,,,Futhi ziyobaleka mhla zafica uJehova ezimpilweni zethu. Emzini yethu singakafaki i-furniture ebizayo,,,kumele senze sho ukuthi uJehova ukhona.Ungayithembi into engela Jehova. Kungcono ukuhlala emjondolo loNkulunkulu kulokuhlala losatnane kwi-mansion. Asenze sure ukuthi uNkulunkulu ungakithi ........... Ngoba uma yena engakithi akekho ongamelana nathii ,,,,One Man + God = Majority. **AKONAKELE LUTHO ,,,YONKE INTO OBHEKENE NAYO EYADLULA........ YEY!! AZIDLULE IZIMO KUSALE THINA. **God Bless You**
Posted on: Fri, 16 Jan 2015 03:55:12 +0000

Trending Topics



>2 Timothy 3:14-15 You, however, must continue in the things you
propecia results how long

Recently Viewed Topics




© 2015