That moment kade umnganakho exabana nomuntu wakhe, and u be busy - TopicsExpress



          

That moment kade umnganakho exabana nomuntu wakhe, and u be busy advising her and be like Shiyaphansi orh iscefe vele angazi kwasekuqaleni wawucabangeni oerh uze umqoma u-Tunech umuntu obhalwe ebusweni ukuthi i-player oerh! Yazi ukube waqoma u-Ajax ngabe kungcono kabi ngoba une care loyamfana even umbuka nje And ur friend be like Ai oerh uqinisile, I made a stupid mistake and I hate Tunech, look at me now am hurt wara wara and tears be holding her down nawe um-comfort phela umngani wakho Hawu, 2 days later, nangu yena futhi umngani wakho futhi ubhala kwi wall ka Tunech lo athe uyamhlukumeza and she be like No matter what, ull olways be my babe singabavumeli babey banomona And u now, u left there thinking banomona and shiit get real cabange ukuthi ur friend is turning against you manje! Lmaoooo! Morale of the story, uma bexabene, ungalinge u-offerishe i-advice! Ubothi sorry orh, work it out girl Ukuze uma sebebuyelana, ungasali kwi situation e hard!
Posted on: Mon, 10 Nov 2014 06:47:24 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015