** The RIGHT Start ** _______________ Ncekukazi KaJesu MaMlotshwa - TopicsExpress



          

** The RIGHT Start ** _______________ Ncekukazi KaJesu MaMlotshwa Lindokuhle *PIN* NGEKE UYIKHIPHE IMALI EBANK UNGAYAZI IPIN. Kunomuntu ogulayo usehambe bonke odokotela nezinyanga kodwa lutho ukusinda UFUNA UKUPHILA KODWA AWUNAYO IPIN YOKUNGENA EKUPHILENI. Ufuna umsebenzi awuwutholi uthi noma ufika kuthiwe NO VACANCIES lalela mina ngifuna ukukunika ipin yokungena la kuthiwa akungenwa khona. Usuhlushiwe, akekho okufunayo uyazondwa indoda yakho iphuza igila umhlola awazi wenzenjani lalela ngisho ingane ziyakuhlupha usuzame ngayo yonke indlela ukulungisa kodwa lutho ukulunga MINA NGITHI KUNEPIN WENA ONGENAYO ngamhla waba nayo kuzolunga. Uyakwazi wena okunye obhekene nakho ngalomzuzu kepha ngivumele ngithi u Jesu ku Johane 14 Wathi uyahamba uya ku Baba kepha uma sicela utho egameni lakhe uyakusenzela KONKE soze senze nezinto angazenzanga yena ngoba uyobe eseku Baba.. BAYAZIFUNAKE ABANTU IZINTO KODWA BAZICELA ENDAWENI ERONG LIKHONA IGAMA ESINIKWE LONA ELIYIPIN YOKUGQASHULA ZONKE IZINTO EZIME ENDLELENI YETHU LIBIZE IGAMA LIKAJESU NAMHLANJE JESUS uyi pin yalento oyidingayo.
Posted on: Thu, 10 Oct 2013 05:00:24 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015