Umjita ozolobola ukhuluma nobaba wentombazane Baba: uzolobola - TopicsExpress



          

Umjita ozolobola ukhuluma nobaba wentombazane Baba: uzolobola indodakazi yami ube uxamfuza uChappies? Mjita: sorry baba ukuth uChappies ngiwudla uma ngibhemile? Baba: hawu uyabhema unjalo nje? Mjita: ngibhema uma ngiphuzile. Baba: uyaphuza futh? Mjita: ai baba ngiphuza uma ngigwinyile. Baba nansi imihlola. Uyagwinya futhi? Mjita: uma ngikwi club kuphela. Baba: uhamba namaClub futhi? Mjita: cha ngawaqala ngiphuma ejele. Baba: nansi imihlola bo! Usuphuma ejele? Mjita: angithi phela ngabulala. Baba: ungumbulali unjalo nje? Mjita: yebo! Ngabulala omunye ubaba owasuke wangicika ngoku ngixina ngemibuzo ngithi ngizolobola indodakazi yakhe. Baba: ohho awusho ngani pho?, Nasi isihlalo hlala ndodana siyakwamukela ekhaya.,,
Posted on: Sun, 06 Jul 2014 11:50:45 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015