Unkulunkulu wamthatha ndambona elele ngaphakathi kwebhokisi - TopicsExpress



          

Unkulunkulu wamthatha ndambona elele ngaphakathi kwebhokisi ndiyamkhumbula kodwa ngeke abuye abantu bathi thula ungakhali thula ungakhali umbonile ubegula phambikwakho ubefa zintlungu umjongile thula ungakhali wona umzimba wakhe ungaphantsi komhlaba uphumlile kodwa umoya wakhe uloko ukhwazile uthi mntwana wam thula ungakhali thula ungakhali zonke izinto zizakudlula ngoba ngihleli nginawe ntsuku zonke nam ayikho into bendingayenza kudala ngizibuza ukuba kutheni unkulunkulu emthatha ngelixesha kodwa ixesha beselifikile kodwa uhlezi ememezile ethi thula ungakhali bayahleka bangibiza ngezinto zonke nam angithandi ngenza izinto ekungafanele ngizenze kodwa umoya wakhe uthi thula ungakhali ngehla ngisenyuka akuba ngiyathanda nam ngebethwa zinkinga akangishiya nazo emhlabeni walala waphumula ngimthanda wangishiya ngimthanda namanje ngisamthnda yena umangise nkingeni uye athi thula ungakhali uyakhula umuntu ukhula ngamaphutha ngifisa kubobonke engabazwisa ubuhlungu bangixolele nam bengingazi yimina umfana wakwa Sokhulu ntonga ayikhethi ibetha umkhwe no mkhwekazi ihlawule ngenkomo ecaba isambula nkungu kuvela ilanga lale kahle gogo wami ngiyakukhumbula Ntombizanele Duba kodwa ngoba umane usithi ngithule ngingakhali
Posted on: Thu, 19 Sep 2013 20:02:43 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015