Woza Nazo *short stories* (PART THREE) I Wud usually alwys wake - TopicsExpress



          

Woza Nazo *short stories* (PART THREE) I Wud usually alwys wake up in the middle of the night to eat, so my babies or Shud I say my system was used to the routine??? I woke up but I was not hungry this time, I was wide awake, around 3 am I heard a knock, The knock persisted till I went to the door Me:. Ubani?(in the dark) Voice: linda I opened and he got in, his shoes and hands were covered in blood. Me:. Uyangcolisa, igazi lani leli?(after turning on the lights) Linda: Ngicela ungithelele amanzi Me: impompi uyishiya phandle uzongcolisa I mat yam(pushing him backwards so that he does not step on it) Linda: umuntu sakangaze afele emnyango ngoba wena uzithanda kakhulu kunathi sonke na? (bending to the tap and washing his dirty hands) he took off his shoes and got in, I locked as he sat down, I looked at him and he smiled. Linda: Woza la wena I went and sat on top of his hip. He went for my lips nd brushed my big tummy, Linda: Askies banta bami, ngibuya empumalanga Mina. Me:. Hmm so Ive heard, uyophila lempilo till when linda? Linda: as long ngingasebenzi and kumele ngikunakekele, anginabantwana abazolamba ngisaphila Mina nginengcondo nezandla. Me:. Sewubulele bani ke manje? Linda: he laughed and wangiluma kancane emqolo, ngikukhumbulile he said. Me:. Igazi lani leli Linda: asingene ezingubeni ngizokuxoxela... ngavele ngasukuma, went to my top drawer and took out pills Me:. Uyawabona lama pilisi? Linda: enzeni Me:. Awokuthi ngiwaphuze, ngiwathathe e clinic bathi I have aids... He looked at me... Linda: Ubani yena loyo okuhlanyelayo? I just kept quiet, he looked straight into my eyes Linda: Hhay wena ungazongibheka so I cried, I just looked at him and cried. Linda: Hhay Lesedi, ungayenzi lento, yazi ngibuya kude kanjani, ngiloko ngicabanga nina, manje nawe ungitshela enye into engihlukumezayo, Angazi ukuthi ngiyokhahlela lomuntu okutshelile, ngihleke noma ngikhale, ungiphathisa ngekhanda manje. He reached for his pockets and took out a cigarette. Me:. Phumela phandle, ugwayi awukho right fr Mina nabantwana. He put the cigarette on top of the headboard nd started to chew his upper lip. Me: *separating the pills packets* lanka awegazi, lanka awamandla, lanka anceda abantwana ukuthi bangaguli, leli ke ngoliphuza mangiba nama pain... Linda: uthi u Kenny ama twins??? Me: hmm He hugged me,, ngiyabonga Ngeke nje nihlupheke, kodwa lo cc uyangibhedela Mina, anginangqulaza phandle kokuthi Wuye okufakele ngoba nani niyayithanda boo I clinic Bo mama *he was taking off his clothes* Me:. Mxm, uyabheda wena*taking the pills back into my drawer* Linda: kungani phela bengakulaphi makuwukuthi lamapilisi abo ayayivimbela ukuthi ingayi enganeni le doti yabo??? Me:. Ngicela ungikhaphe nami siyobabuza e clinic Ksasa Linda: angiyi Mina lapho I joined him embhedeni Me:. Uthi ke ubulele bani? Linda: Hhay nawe, ngizobulala wena ngoba ngihlala ngikutshela ukuthi angibulali bantu Mina ngifuna imali Me:. Igazi lona elani? Linda: u veli ushonile Me:. Yigazi lakhe leli? Linda: ya bebasigijimisa Kanti uzodubuleka Kanti Wuye o drivayo, I had to take over the starring or else besizofa sonke, Me:. So??? Linda: ngiyaxoxa angithi, awthule futhi uyarasa. Me: k Linda: ngimkhiphe ngesicabha semoto ngayithatha sahamba Me:. Hha linda, namshiya lapho, what if ufe mawumkhipha ngomnyango? Linda: uyabheda wena, bese ka file mangimkhipha, Me:. Nidubulwa abobani? Linda: yilamanigeria ase Jules Me:. Ngoba? linda: sibanga imali, Ngeke thina zidlalwe ama shangane, kogcina ngawe nje amabhunu ngoba afundile and anemali, Hhay nehlama nje... Hhay ke makase akhuluma I polotiki Ngeke acede. Ngalala and woke up early to clean and then I remembered that bag of his, I took it and unzipped it, to my surprise there were abt 4 nyc phones, a brain hoodtrouser, tie, a shirt and funny old clothes, Hhay le bekumele ngiyombuza yona Me:. Manje lana? Linda: ezabantu Me:. Why zilana? Linda: bengizibolekile Me:. Why because its not even your style, why vele? Linda: phela bekungamelanga sigcoke nje ngegebengu(labeled expensive clothes and chains) kumele sifake o tie ukuthi o security nama gadi ase casino angasizoli nganiks... Me:. So beniyoganga e casino, he shook his head as in saying yes. Linda: Ngicela ungiwashele I jean yami(gues jeans), top(uzzi shirt) ungisulele necathulo(lacorste) ngizozigcoka. Me:. Vuka uziwashe, angigezi magazi engingawazi Mina. Linda: angikuphi mali engingcole ngiyoyenza Me:. Vuka tu ngi andlule, uyeza u mawe. Wavuka vele wayowasha, after ukundlula ngayombukela asusa I gazi ku rubber yesicathulo lingasuki. Linda: wena vele y uhlala u1? Me:. Ufuna ngihlale nobani Linda: Hamba kumawe wena ngoba uzozala wedwa la, *he Wud laugh at me weneva I moved or wanted to stand up bcs bekuwumsebenzi onzima ngikhathele* My phone rang, yaqhumelwa Wuye Linda: hello, Nini, ngilana enganeni, kulungile, bona ke awundlule lapho endlini ungiphathele ingubo zokushinsha, sharp Mfethu. He hung up, Me:. Yini Linda: u Kenny, awungibike le fone yakho ngoba Mina anginalo I btry wena uzokhetha oyifunao kuwona lawo nayi imali, giving m a R3000 rand, uzothenga what eva you need fr the baby, uthenge only urgent nd important thing, ubeke imali encane fr emergency neh, Mina ngizohamba no sizwe(not a real name) bt I promise bfr uyothola umtana ngizobe sengibuyile. Me:. Ubaleka amaphoyisa neh? Linda: ngitheni kuwe ngemibuzo, believe me the less you know, the better for all of us baby... 30 minutes was too long, bebe befikile o sizwe with a group enye engingayazi, they were in three cars, bahamba kanjalo. I ddnt waste any more time ngageza, u mama makafika ngacela ukuthi sothengela abantwana impahla, ngashiya iR 700 fr emergency ke njengoba ngangiyaliwe, nagibeka la kwazi Mina khona. Two weeks went by, linda nothing nd I fone Niks naleya nr entsha wafona ngayo ayingeni, atleast umtana bekanempahla shame, my mom wafika emini and that day bengibusy ngiwasha ingubo zami... Ngaceda and ngageza. Wazohlala nami u mamami, I looked at her, to be honest lento yami ye hiv has never given me peace, bengihlala ngikhala and ngicabanga ngayo, what if kuqhitheka amanzi and I bleed??? Knowing my mum, uzofuna ukungisiza bese what if she gets infected??? I had no choice bt to tell my mother nge status sami so that she can protect herself. Me: mama wena mawuyoteta thina bekubanjani? Mama: bekuba njalo nje ngawowonke umuntu, Hhao Yini uyasaba? Me:. Hhay bengibuza. Konje ngitheni nge pilisi? Mama: Uthe ngikukhumbuze uliphuze, nawe uliphuze, Ngeke ulibale into ebaluleke kanje Me:. Angazi ngoba kuthiwa umuntu ulahlekelwa ingcondo, manje Ngeke ngazi, maybe nami kobanjalo. Mama: I bag yomtana I ryt??? Me:. Ya ngiyipakile yona. I looked at her and put on a happy face. Me:. Mama yazi bathe Iam hiv positive e clinic? Wangibheka Yaz u mamami Me: ngicela if anything happens dont be incontact with my blood or my babies blood ngoba Ngeke ngizixolele mabangathi ngikugulisile. Mama: uyahlanya wena, umtanami manje ngizokubukela usenkingeni? Me:. Mama ungincede kodwa ngicela amagazi wethu nje ungawathinti* my eyes were teary now* nami I promise you Ngeke ngibe careless. Ngicela ungamtsheli u Nandi(not real) ngoba angifuni angithuke nge aids yami njalo masixabana, nandi is my sister(uza emvakwami) uyathanda ukuthi lento ene aids from fr I got tested or became pregnant, she Wud say that, manje that I was really hiv positive, it Wud destroy me makangayisho ngoba bfr I ddnt care ngoba bengazi ukuthi anginayo. Mama: angihlanyi and nabo Ngeke bayenze leyonto, nisuke nje niphethwe ubuntwana kodwa makangazi Ngeke akuthuke. Me:. Ngithi Ngicela ungabatsheli bonke no sylvia(first born ka mama) Mama Ohk, kodwa ukhohlakele, ungathula ngento enje??? Me:. Ngizoyenzani ngoba Ngeke ishinshe and akunasizo fr Mina? Mama: manje vele labantwana nabo bazogula? Me:. Ngiphuza I prevention fr bona, sizoba tester mabaphuma and see if BA ryt. Mama: baziba right unkulunkulu uyazi yena. The way my mom handled the whole matter, ungenze ngangakhali and I kept a brave face nd attitude. I dont know if she was worried ngami or angizwela ubuhlungu, that night walala nami. Ngavuka ngo 2 nje ngasemihleni bt bengingalambanga, bengiphethwe yi toilet bt ngisaba ukuphuma but believing ukuthi yikhathi zabathakathi lezo. Ngiphume ngo 3 ngithi ngiyozikhulula Kante kuzophuma into encane, ngavele ngabona ukuthi no, Iam in labour. Angiphethwanga I toilet bt ngiyalunywa. Ngangena endlini ngabeka amanzi okugeza, Mama: Yini na uzikakele? Me:. Hhay ngathi ngiyahamba Mama: ubonani? Me:. Anginaniks bt ngiyalunywa Mama: mhlambe uyajika ke ngoba uthi akakajiki. Me:. Maybe, ngiyageza Lala wena. By the time kumele ngigeze amanyawo, bese kunzima ngiziginqa phansi kodwa ngingabangi umsindo, Umama wangena la ngigeza khona. Mama: Yini na ngiyofuna imoto? Me:. Hhay mama angifuni ukuhluphana nabantu, Lala ngizokutshela makubheda. Mama: uyahlanya wena Yaz, Me:. Ngicela ungithelele amanzi ngiphuze lela pilisi She did as I asked, she rubbed my back bt nje bekungathi ungenza worse, Me:. Mama letha I bag ngibheke lezinto ziryt. She did that, ngazikhipha izinto zonke, ngingayazi nalento engiyenzayo. Mama: umfonele u linda? Me:. Mama ngicele ubuyisele lezinto ignoring her question,* I checked the time it was past 5 alrdy and ama taxi bese Akhona, The pains came and disappeared, so bewathi mawathulile, ngibe busy nokugcoka nangama card, about to 6 besiphuma sogibela I taxi(2 min drive) Safika bathi u mama ahambe, wangishiya vele ke. Nurse: uliphuzile ipilisi? Me:. Yebo, Ohk ke cc uzongibiza mawungidinga manje ngikufaka ku monitor ukubona indlela umtana eza ngayo... I was in labour for 18hours, umtana ngamthola ngo 19:15, Yebo umtana wentombazana not twins. The nurse was just mistaken bengingana ma twins, I got discharged the following day, it was sunday(ngalandwa u sisi wami lo omdala nendoda yakhe) Ngafika ekhaya u mama apheke kamnandi ku clean kushaya umoya ekhaya, u Angel(not her real name) was on nevirapine and I had to breasts feed her exclusively fr 6months, no water, no anything else bt breastmilk only. She was a healthy and fresh new born, I fell in love with my daughter and believed it was me and her against the world. Bekamuhle thank you lord!!! I 30 minutes beyingakapheli when my fone rang, It was Mpumi(lindas sister) Mpumi: Unjani sisi? Me:. Ngiyaphila wena? Mpumi, ngiyaphila*baby cries* hhau ingane leyo? Me:. Hmm Mpumi: Hhay boo ufike Nini? Me:. Izolo ngo 19:15 Mpumi: umthole kahle kodwa? Me:. Yebo Mpumi: ama wele noma u 1? Me:. U 1 intombazane Mpumi: yazi phela u linda bekathe amatwins? Me:. Bekazwe ngami, I mistake nje yama nurse Mpumi: siyabonga ntombi, sizombona Nini? Me:. Sizokhuluma Mpumi: Ohk, Yaz bengifona ngithi ngifuna ukubuza ukuthi ngempela u linda u boshiwe? Hhau kodwa u Mpumi naye, bekungeke na ayiyeke lento noma azwile ukuthi ngiceda kuthola umtana pho? Me:. Mpumi Mina bengingazi and its been weeks, since I last seen him.. Mpumi: uboshiwe ufuna I bail kimi no thuli(another sister) manje sizoyihlanganisa month end Ohk Me:. Ohk sisi Mpumi: nibe right ke neh? Me:. Ohk dear thanx Ngathatha u angel ngamncelisa!! ~Mkhontobomvu~
Posted on: Sat, 21 Jun 2014 12:27:09 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015