Ziningi izinkolo kulomhlaba ezinye kazihambisani namaDlozi ngyazi - TopicsExpress



          

Ziningi izinkolo kulomhlaba ezinye kazihambisani namaDlozi ngyazi bakhona abakhonza kizo futy kangibasoli ngoba bathi iFreedom of Religion ene futy kanginalo ilungelo lokwehlulela umuntu ophila ngokwenyama njengami KODWA mina bafwe2 ngyalazisa iDlozi futy ngzama ngakho konke ukuty nghlala ngilihlonipha futy ngye ngbone uthando elinginika lona ngyayibonga indawo elingibeke kiyo iDlozi lakwaDuma nelakwaMjoli linginakile. Evening zinsizwa, mxm nina zilingo.
Posted on: Sat, 20 Jul 2013 17:50:11 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015