admin nabalandeli bakho , ngiwosifazane ona 21, inkinga yami iqala - TopicsExpress



          

admin nabalandeli bakho , ngiwosifazane ona 21, inkinga yami iqala ezinyangeni ezimbalwa ezindlule well i started to chat with my friends bf (now ex bf) ok that made us to wanna meet, ok sahlangana ke okunye kwasiyisa kokunye, aiyi nami ngezwa ubumnandi obekuziwa umngani wami, and we continued to sleep together sisebenzisa ijazi(condom), manje umngani wami wathola ukuthi mina ne ex bf yakhe we are chatting,okwadala inthukuthelo kuye ngoba kusukela besajola ubengafuni sikhulume let alone chat nalo bhuti, so inkinga yami is that iex bf kamngani ufuna sebe nengane mina naye coz we ended up sesithandana(my friend does not know). So my question is ingabe umqhondo omuhle na ukuzalela iex bf yomngani wami? Bearing in mind ukuthi nami i want a baby and ngisebenza kahle. No rude comments bandla. Mhleli ngiyacela ungifihle ngenxa yokuvikela abantu abathintekayo
Posted on: Tue, 10 Sep 2013 10:41:26 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015