Nansi into engihluphayo, ukuzwa abefundisi behlangeni be discuss - TopicsExpress



          

Nansi into engihluphayo, ukuzwa abefundisi behlangeni be discuss ukuthi intshumayelo yomunye umfundisi iyihlathi okanye akashayi khona, ushumayela i message esijwayelekile seyiyabanda, okanye idlulwa ekabani. Ngibe sengishawa uvalo ukuthi kodwa Jesu uma kuhlangenwe ngami kuyaye kuthiweni njengoba ngingazi luthoo kanje ngizazela uJesu ebethelwe kunye namandla okuvuka kwakhe. Ngiyalisaba i pulpit labantu uthi noma unikiwe i honorary ka R3000 usale ukhulunywa ngezinkulumo ezingakulahlekisela ngesithunzi. Ngiyalisaba i pulpit lomuntu, ngishawa uvalo uma ngithola i invitation. Siza Jesu usilekelele!!!
Posted on: Sat, 01 Nov 2014 15:43:31 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015