Dont hide its a true story.. Ngiwu Nomsa igama am - TopicsExpress



          

Dont hide its a true story.. Ngiwu Nomsa igama am 24years,ngashonelwe umama at the age of 12 years.wadayiswa umuzi kaMah ngayohlala kubo kamama ugogo naye walandele wadlula emhlabeni,ngasala ngihlala no Malume owasale ezitika ngami engidlwengula,ngazama ukuvula icala kanti umalume wayewumuntu onabangani bamaphoyisa.wathi uma eqeda ukuzwa ukuthi ngivule icala wavutha amalangabi ngangisaba ukuyolala ekhaya ngalala kubo kamngani wami,ngazama ukuvuka intathakusa ngiyobheka usisi wami omncane owayena 5years ngathola endlini kugcwele igazi ngagijima ngilandela amaconsi egazi ngahlangana nosisi wami omncane edindilizile elele ubuthongo bafuthi. Ngazama ukuzibulala kodwa usisi wami ngangimuzwe ngingaphuphi ekhuluma nami ethi mina nomama sesithembele kuwe sisi,asikulahlile sinawe izihlobo zonke zase zicabanga ukuthi ngiyahlanya uma ngixoxa udaba. Two years back ngaphupha kune Card lase Bank ngalithatha ligoqwe nge Tissue eyayibhalwe ipin.ngavuka likhona ngampela ngahamba ngiyobheka ebank ngathola Kuno 2million ngangingakholwa ngavula ibusiness lami lezimpahla ngathenga namatekisi,kuyimanje ngishayelelwa umntwana kamalume bonke ebebenghlukumeza bayangihlonipha today umalume yena ugwetshiwe kuwo lonyaka. Good is great comment i love you Jesus if you believe Nothing is impossible to him. #Banzo#
Posted on: Fri, 08 Nov 2013 20:45:11 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015