Drrick Pylani Nzimande U Dee, uBhamu, beno Nkosie bebephuthile - TopicsExpress



          

Drrick Pylani Nzimande U Dee, uBhamu, beno Nkosie bebephuthile eskoleni belibele utshwala, ba planne ukuthi bazofike bathi ku principal babe nengozi yemoto bephuma emshadweni. Principal: ya madoda anginizwa nithini? Dee: (ngoba yena ethe ukukhula kancane kunalaba abanye aphendule kqala) thish omkhulu sivelelwe ingozi yemoto sibuya emshadweni sixolele bandla... Princ: ok zingane zami nifike ksasa nizobhala niyezwa? Bonke: yes sir thx... Kuse ngaksasa sebefunde izincwadi from cover to cover, bafuna nama question papers kweziny izingane, hhaw bafike,,, uthosh omkhulu athathe u Dee ayombeka kwa grade 10. U Bhamu ambeke kwa grade 11. U Nkosie ambeke kwa grade 12. Lapho noma ngubani uhlezi yedwa kwazise nezingane sezihambile kwasala bona nothish omkhulu kanye nabothisha ababili abazomgadisa u thish omkhulu.. Kuthiwe before niqale ukubhala, lapha umuntu I answer yakhe ayibe straight to the point and afane ama answers wenu, akuphunywa, yu may start writting Here was ama questions. Question 1: Kwakushada bani nobani? (20 marks) Q 2: imoto eyaba sengozini kwakungekabani? Ihamba bani? (30 marks) Q 3: wawukephi nendawo umshado? ( 30 marks) Q 4: yagingqikelaphi imoto nendawo? (20 marks) Total =100 marks... Good luck Wawngenzenjani????
Posted on: Thu, 16 Oct 2014 19:34:43 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015