Hhayibooo nanku umhlola bo! Ngikhuluma nomunye wama freinds ami - TopicsExpress



          

Hhayibooo nanku umhlola bo! Ngikhuluma nomunye wama freinds ami ku fb ngoThixo wami sengifica le comment. Kulex Gadaf @nkanyisi ngizoktshela ihlazongalazi laphaya kashembe kunenyoka futhi iningi labefundisi bakhona bathwele ekphakameni kunenyoka phila lezimanga ezenzeka kashembe ave kuwushemba inyoka ekwathwala ngayo ushembe wokuqala sekuyifa njengoba kubangwa kangaka kubangwa umcebo ngisontakhona impela kashembe kodwa ngazikahle ukba kunenyoka musake ukthuka mawuzwa ukba kunobaba wakashembe owenza lomkhuba mina baningi kabi abakashembe abethwele ngeznyoka futhi izinto zabo zbahambela kahle banikela ngezmbuzi enyokeni suke bengeve beyonikela kshembe......ubohlale wazi noma inini ukba isonto elinemlingo nomfundisi onemlingo nezwasho ezenza izinto zenzeka amandla okuthwala loko ubozbuza ukba lomuntu mawenesphiwo besihleliphi nangomunye uBhaka wase workshop ufika esukumisa izishosha......imlingo le eyenziwa abefundisi akwona nje amandla kankulunkulu amandla kasathane usuke umuntu ethwele nangu nompungose ubanjiwe kthiwa la abehamba khona ubehamba nezlwane zemali unikele engathi usuyahlanya ukhiphe konke onako ....ubobona laphoke ukba aksahambi kahle......futhi okubheka ngoba labefundisi bayaphuphisana kuthunyelwe umuntu ebandleni aphathe ibhodlela elncane ....mayenenhlanhla uyabona ukba khona ongene nokungalungile.....unkulunkulu uhlanganaphike lapho......ngoba bonke labefundisi bezwasho namanzi bayaphupha oksolayo umuntu uduma manje bamphuphise abanye ngoba suke bazi ukba uthwele. Mawuzwa ukba ebandleni elthize kunomfundisi osiza abantu ngokthize uboya uzolthola nawe usizo kodwa ayi nonke kuba ilabo nalabo kodwa uhlale wazi ukba kunezinto ahambanazo ufika begxeka imithi neznyanga kodwa bona abami phambi kwebandla bengaqgabili babili bathathu abefundisi abangathwele ingoba nje kubanjwe lo yedwa angithi ukube akabanjwanga angabe asazi nalapho esontweni oklona naye uyakwenza ingoba akakobanjwa hlambe uhleli nje kulolosonto awnyakazi ubanjwe izinto zamfundisi ngoba ay shem bayawaqinisa amabandla nabathi abawsebenzisi umuthi bayawsebenzisa ngale ngyamdabukela umuntu osasonta ukenkingeni anconokabi amaroma ngoba abefundisi bakhona bayahola banikwa nama benefit housing and car allowence....noma ningaba bathathu esontweni kodwa umfundisi ekpheleni kwenyanga uyihola igcwele ngeke uzwe ukba umfundisi wasemaromeni usevule ibandla lakho awsatshiswa ngevesi kthiwa nikela kakhulu emaromeni unikela nangosheleni ,,,,,kulamabandla enu umnikela uyathathwa uyofakwa esgodlweni esinenyoka yemlingo lomkhuba ugcwele kakhulu kashemba chibini ezion abasindisiwe anconywana lawamanye amabandla isonto nje lamanzi izwasho uvaselina nokunye ngilsaba kabi ngoba awukho uvaselina namanzi ake asindisa umuntu kusuke kunomkhuba phakathi....konake bayasinda kodwa ubohlale wazi ukba inkulindaba.
Posted on: Sun, 13 Jul 2014 18:49:21 +0000

Trending Topics



ef="http://www.topicsexpress.com/I-slept-on-benches-and-everyday-borrowed-20Rs-from-friend-to-topic-457009941105596">I slept on benches and everyday borrowed 20Rs from friend to

Recently Viewed Topics




© 2015