Izintaba zikude zingumasithela Sonke thina esisele ngemuva - TopicsExpress



          

Izintaba zikude zingumasithela Sonke thina esisele ngemuva siyazikhalela Kepha angeke saya nganxanye singemanzi Sesithembe uMdali nje yena oyiNkunzi Ukuthi noma usukude kunathi Kepha ngoMoya uyoba nathi Ungakholwa izimfundiso Ozithole kwelikaBanana ulibale izinkohliso Ze ube nobuhlakani bukaSolomoni Ukhuleke kakhule kunakuqala uqalekise amaDimoni Wena ngegazi leMvana usuhlanziwe awusesona isoni Noma abazali sebengakuboni Kepha wena ungadidiswa iso lomoni Mawube kuwe lowomqondo Owawukhona kuJesu Uma yena emi ngakuwe ubani pho ongamelana nawe NoAbraham wakhishwa ezweni lakubo ezobusiswa Nawe ngalendlela uyafundiswa Uyakhuliswa... Osekuzele nje ukuthi uqine ukhakhayi...Be the bigger person at all times uzimisele sisi wami INkosi yoMusa ize ikubusise kakhulu. Siyakuthanda thina sisele ngemuva...God bless you...
Posted on: Thu, 22 Aug 2013 09:58:37 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015